Ugcwensa neBhova

UMa wami mayengabuy' emazulwini
Avuke nje esengithola nginjena
Kaze engathini njengoba ngidume kanje
Engathini mayengibona nginjena mayengathi qhamu
UBab'wami mayengabuy' emazulwini
Avuke nje esengithola nginjena
Kaze ngathini ubaba
Engathini mayengibona nginje mayengathi qhamushu

Ngith' uMa wami mayengangibona nginjena
(Engathi ndodana yami) avuke nje esengithola nginjena
(Engathi ndodana yami) kaze engathini njengoba ngidume kanje
Engathini mayengibona nginje mayengathi qham'thushu

UBab' wami mayengavuk' emancwabeni
(Engathi ndodana ndodana ndodana) avuke nje esengithola nginjena
(Engathi ndodana yami) kaze engathini njengoba ngidume kanje
Engathini mayengibona nginjena mayengathi qham'thushu

UGcwensa mayengabuy' emazulwini
(Engathi mfan' omncane mfan' omncane mfan' omncane) avuke nje esengithola nginjena
(Engathi mfan' omncane) kaze engathini njengoba ngidume kanje
Engathini mayengibona nginjena mayengathi qham'thushu

Ibhova malingabuy' emazulwini
(Lingathi mfan' omncane mfan' omncane mfan' omncane) avuke nje esengithola nginjena
(Lingathi mfan' omncane) kaze engathini njengoba ngidume kanje
Lingathini mayengibona nginjena mayengathi qham'thushu

Ubab' wami mayengavuk' emazulwini
(Engathi ndodana yami) avuke nje esengithola nginjena
(Engathi ndodana yami) kaze engathini njengoba ngidume kanje
Engathini mayengibona nginjena mayengathi qham'thushu

UGcwensa mayengabuy' emzulwinini
NeBhova beselivuk' emancwabeni
Kaze engathini njengoba ngidume kanjena
Phela mina uGcwensa wayengithanda kabi

Ibhova malingabuy' emazulwini
(Lingathi mfan' omncane mfan' omncane mfan' omncane) avuke nje esengithola nginjena
(Lingathi mfan' omncane) kaze engathini njengoba ngidume kanje
Lingathini mayengibona nginjena mayengathi qham'thushu

(Lingathi mfan' omncane mfan' omncane mfan' omncane)
(Lingathi mfan' omncane)
(Lingathini mayengibona nginjena mayengathi qham'thushu)



Credits
Writer(s): Nkosikhona Innocent Mpungose
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link