Uyasabisa

Ziyalo zami banta bami anoy'bheka
Njengoba nginitshela lamagama othando
Ngibon' uthando lunicikizelela
Anibalaleli abantu asebephambili
Ziyalo zami banta bami noy'naka
Njengoba nginitshela lamagama othando
Nibon' uthando lunicikizelele ngani
Anibalaleli abantu asebephambili
Yiphutha lenu lelo banta bomntanami
Yiphutha lenu lelo y'ngane zami
Ngob' umuntu uma eseganile
Uvele abone ukuthi usephumile enkingeni
Yiphutha lenu lelo banta bomntanami
Yiphutha lenu lelo y'ngane zomntanami
Ngob' umuntu uma eseganiwe
Uvele abone ukuthi usephumile osizini
Ziyalo zami banta bami anoy'naka
Njengoba nginitshela lamagama othando
Nibon' uthando lunicikizelele ngani
Anibalaleli abantu asebephambili

(Wena gogo uphila kahle)
(Wena gogo uphila kahle)
(Wena gogo uphila kahle)
(Uyasisabisa akukho lutho la)

Ngosuku ekuyoqala impilo (Wena gogo uphila kahle)
Ngosuku ekuyoqala impilo enzima (Wena gogo uphila kahle)
Efuna inqondo nokubekezelela (Wena gogo uphila kahle)
Iyokuhlupha indoda wemntanami (Uyasisabisa akukho lutho la)
Ngosuku ekuyoqala impilo (Ninamanga)
Ngosuku ekuyoqala impilo enzima (Ukuthi ngiphila kahle, ninamanga)
Efuna inqondo nokubekezelela (Ngiyazihluphekela, ninamnga)
Uyokuhlupha umakoti wemntanami (Mina ngiyay'hluphekela, ninamanga)
Ngangike ngilale ngingadlile bantabami (Uthi ngphila kahle, ninamanga)
Ngangike ngilale ngingembethe ngane zami (Ukuthi ngphila kahle)
Ngizami impilo, nok'bekezelela mina (Ukuthi ngiphila kahle, ninamnga)
Iyokuhlupha indoda wemntanami (Mina ngiyay'hluphekela, ninamanga)
Ngangike nglale ngingembethe banta bami (Uthi ngphila kahle ninamanga)
Ngangike ngilale esigangeni banta bami (Uthi ngphila kahle ninamanga)
Ngizami impilo, nok'bekezelela mina (Ukuthi ngiphila kahle, ninamnga)
Iyokuhlupha indoda wemntanami (Mina ngiyay'hluphekela, ninamanga)

(Ukuthi ngiphila kahle)
(Mina ngiyay'hluphekela)
Ngangike ngilale ngingadlile
Ngangike ngilale ngingembethe
Mina ngiyay'hluphekela
Ngangike ngilale ngingadlile
Ngangike ngilale ngingembethe
Mina ngiyay'hluphekela

(Ninamanga)
(Ukuthi ngiphila kahle, ninamanga)
(Ukuthi ngiphila kahle, ninamanga)
(Mina ngiyay'hluphekela, ninamanga)



Credits
Writer(s): Khuzani Mpungose
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link