Intombi Yomjitha

Iykhathi abo3
Ngiphethe intombi yomjitha
Istezz siclean vele
Ngiphethe intombi yomjitha
Sigudla erichardsbay
Ngiphethe intombi yomjitha
Uthini ubuya nin
Mtshele uphethe mina ekse

Iykhathi abo3
Ngiphethe intombi yomjitha
Istezz siclean vele
Ngiphethe intombi yomjitha
Sigudla erichardsbay
Ngiphethe intombi yomjitha
Uthini ubuya nin
Mtshele uphethe mina ekse

Uthini ngimtshele ngam, ngimtshele ngam ngiqale kephi
Ngishaya irap yabo ngiyqale easy lento ekse
Khona abanomona khona abathi ngiblind ekse
Lona onomona ngamdlela icherry yakhe ekse
Nakhona udali, nakhona udali uyena owaycelela
Manje mina ngfela ukuthi ngnenhliziyo enhle
Ieasy lento maoutie ami ringa nomuntu wakho
Zothola istory esgrand kuye ngoba wazi yena
Mina ke ngunkotha osimple onetaste eblind
Ngeke usho ukuthi ngikhule ngikha amanzi ntwana
Ngeke usho ukuthi ngikhule sdoba iymfishi ntwana
Ngeke usho ukuthi ngikhule ngishizila ntwana
Ngithola manje nami ukqaqa manje ngoba sengimdala
Kodwa still ngifeela ngathi akmele ngiqaqe ntwana
Trauma stitches smelling louder than icologne yami
Yingakho nje ngayshayi ngalutho ezongphatha kabi
Ngifunde late ukwenza into ethandwa yimi ntwana
Yingakho nje ngayshayi ngalutho ezongphatha kabi
Bangene ntwana nomkhulu emhlane slande umnotho wakho
Negama lakho liyasho vele umnotho mfana
Ngzophehla ngphahle ngingene olwandle ngishaywe igagasi
Ngiqede lapho ngiphume ngbuze uthixo usomandla
Indoda eyimi idinga iteam ebanzi emvakwayo
Ngoba lento engyenza lana soze uybone ndawo
Indoda eyimi idinga iteam ebanzi emvakwayo
Ngoba lento engyenza lana soze uybone ndawo

Iykhathi abo3
Ngiphethe intombi yomjitha
Istezz siclean vele
Ngiphethe intombi yomjitha
Sigudla erichardsbay
Ngiphethe intombi yomjitha
Uthini ubuya nin
Mtshele uphethe mina ekse

Iykhathi abo3
Ngiphethe intombi yomjitha
Istezz siclean vele
Ngiphethe intombi yomjitha
Sigudla erichardsbay
Ngiphethe intombi yomjitha
Uthini ubuya nin
Mtshele uphethe mina ekse



Credits
Writer(s): Asande Ndwandwe
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link