Emoyeni Wami

Mabala onke, Nkosi yam
Awungcolis'umoya wam
Ngihlanze kuwo namhlanje
Ungenze ngifuze, ke

Ngihlanze (ngihlanze emoyeni wami) emoyeni wam
Mangibethelwe (Mangibethelw' uqobo lwam) mangibethelwe
Senginikela (Senginikele kon' okwam) senginikela konk' okwami
(Kuwe, kuwe, kuwe)
(Kuwe, kuwe, kuwe)

Ngingawukhohlwa umhla lo
Mhla satholana nawe wo
Ungiqinise, Jesu wam
Kube nguwen' impilo yam

Ngihlanze (ngihlanze emoyeni wami) emoyeni wam
Mina mangibethelwe (mangibethelw' uqobo lwam) mangibethelwe
Sengiyanikela (senginikele kon' okwam) sengiyanikela yebo konk' okwami
Yebo kuwe (kuwe, kuwe, kuwe)
Yebo kuwe (kuwe, kuwe, kuwe)

Yebo ngihlanze (ngihlanze emoyeni wami) emoyeni wam
Mangibethelwe (mangibethelw' uqobo lwam) mangibethelwe
Sengiyanikela (senginikele kon' okwam) sengiyanikela konk' okwami
Yebo kuwe (kuwe, kuwe, kuwe)
Yebo kuwe (kuwe, kuwe, kuwe)
Yebo kuwe (kuwe, kuwe, kuwe)

Yebo kuwena Somandla (kuwe, kuwe, kuwe)
Kuwena Jesu kuwena Somandla (kuwe, kuwe, kuwe)
Kuwena Jesu kuwena Somandla (kuwe, kuwe, kuwe)



Credits
Writer(s): Hlengiwe Mhlaba
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link