Ngibe muhle nam'

Ngibonga wena Jesu
Uma ungibiza
Bengi, bengi lahlekile
Manje ngitholakele (yebongiyavuma)

Ehh, ngiyavuma (ngisebenzise baba wami)
Ngisebenzise nkosi yam' (ngigeze baba wami)
Ngigeze, ungigezisise (ngibe muhle nami)
Ngibe muhle nami

(Yebongiyavuma)
Ehh, ngiyavuma (ngisebenzise baba wami)
Ngisebenzise nkosi yam' (ngigeze baba wami)
Ngigeze, ungigezisise (ngibe muhle nami)
Ngibe muhle nami

Bengi, bengiyi ntandane (Bengiyi ntandane)
Ohh nginge, ngingena khayaya (Ngingenakhaya)
Ngihamba ngilala baba
Noma kukuphi na

Suka kimi, suka kimi (suka kimi)
Suka kimi sathane (suka kimi sathane)
Ohh mina ngino (ohh mina ngino)
Ngino Jesu wami (ngino jesu wami)
Uya, uyangiphilisa (uya)
Ngizizwa ngimusulwa (ngizizwa)

Yebo baba ngiyavuma (yebo ngiyavuma)
Yebo ngiyavuma (ngisebenzise baba wami)
Ngisebenzise nkosi yam' (ngigeze baba wami)
Ngigeze, ungigezisise (ngibe muhle nami)
Ngibe muhle nami

Yebo baba (yebo ngiyavuma)
Yebo ngiyavuma (ngisebenzise baba wami)
Ngisebenzise nkosi yam' (ngigeze baba wami)
Ngigeze, ungigezisise (ngibe muhle nami)
Ngibe muhle nami

Baba ngibe muhle
Ngibe muhle nami
Susa zonke izono baba
Ngibe muhle nami
Ohh, ngibe muhle nami
Ngibe muhle nami
Ngibe muhle, ngibe muhle nami
Ngibe muhle nami



Credits
Writer(s): Sipho Mbele, Deborah Marcia Fraser
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link