Amafu

Ehhh hayayayaya yo
Hayayayaya
Eshe
Ngyolala ngimbonile owakwam (eshe)
Ngyolala ngimbonile (eshe)

Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu
Noma 'ngathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu
Noma 'ngathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu
Noma 'ngathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami

Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile

Indlel' engimkhumbule ngayo weh
Ngizwe ngathi ngiyasangan' ekhanda
Bayajabula abakubonayo laph' ukhona sthandwa sam weh
Ngithi hhayi akubona ubuhle bomuntu lobu
Uphuphuzel' uboy' ebsweni
Sithi unyathela ngabantwana
Angisay'khulumi ngamehlo ngathi yi Ngelosi

Awu shon' amalanga, shona malanga mina ngiyobon' udali
Ngathi neskhathi sesihamba kanance
Bane kuya ngam ngabe sengihleli nawe
Sixoxa ngothando lwethu
Sibukan' emehlweni weh
Ngathi ngiyambona esemoyizela
Ngathi ngiyambon' esemamatheka
Ngathi ngiyambon' esengishalazela
Futhi unamahloni njalo nje

Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu

Noma kungathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami

Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngili
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile

Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile

Yazi luhl' uthando lwethu bo
Yint' intle ayidingi ukoniwa
Bazamile bahlulekile bonke
Abebethi banginyindela kuwe
Ngithand ukuthembeka kwakho mina dali
Nokungithanda ngoweqiniso
Ngiyathembisa ngeke ngikuphoxe

Ngibukanise ngawe nezwe lonke
Phela wena ngakucel' enkosini
Uthando lwakho luyisibusiso kimi
Kushoda abakini, ngibona abakini
Ngithumle inkomo le kini
Shay' ephelele inkomo (zamalobolo)
Ngi'shaye ziphelel, phelel inkomo zamalobola hho darli weh

Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma kungathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noba kungadum' izulu

Noma 'ngathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami
Noma lingaguqul' amafu
Noma kungadum' izulu
Noma 'ngathiwani Ilanga liyoshona
Ngyolala ngimbonile owakwami

Ngizobe ngi li
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngi li
Ngizobe ngilindile

Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile
Ngizobe ngilindile



Credits
Writer(s): Makhubo Sihle Jabulani, Nkosi Ruff Mfanafuthi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link