Ikhaya Lamaqhawe

Kukhon' ikhaya lamaqhawe anqobile
Kuhala abancwele bodwa lapho
Izono nobohlungu nokuhlupheka akungeni khona
Nokukhala, nokungcola kuvalewe ngaphansle
akungeni khona.
(repeat three times)

Izobuya inkosi yamakhosi
(Amen, amen, amen)
Uzobuy' uJesu emhlabeni
Uzoshonaphi ongenaye uJesu
(Amen, amen, amen, haleluya)

Sibiza bonke ahantu
Bonk' abantu mabeze kuJesu
Wen' uzoshonaphi ungenaye uJesu

Kush' inkosi yamabandla
Ngiyathanda abangithandandayo
Kush' inkosi yamabandla
abangifunayo bayangifumana
Kush' inkosi yamabandla
(Amen, amen, amen, haleluya)

Sibiza bonke ahantu
Bonk' abantu mabeze kuJesu
Wen' uzoshonaphi ungenaye uJesu

Kush' inkosi yamabandla
Ngiyathanda abangithandandayo
Kush' inkosi yamabandla
abangifunayo bayangifumana
Kush' inkosi yamabandla
(Amen, amen, amen, haleluya)



Credits
Writer(s): Joseph Shabalala
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link