Ntaba ezikude

Soloko wahamba
Ngithi kunzima sthandwa sami
Kodwa ingaz' ukuthi wena
Uyozamel' ik'sasa lethu lapho ukhona

Uhlala wazi uyini kimi
Ngithi buya, o buya
Ujabulis' inhliziyo yami
Ntab' ezikude we ma
Zingisithel' is'thandwa sami
Ntab' ezikude we mazingisithel' is'thandwa
Ntab' zikude we ma zingisithela wena dali wami
Ntab' ezikude weh ma
(Pududu pudupu pududu pudupu)

Ntab'ezikude weh ma
(Pududu pudupu pududu pudupu)
(Ntab' ezikude weh ma) ntab'ezikude weh ma
(Pududu pudupu pududu pudupu)
Ntab' ezikude weh ma
(Pududu pudupu pududu pudupu)

Zidlulil' izinsuku nezinyanga
Everyday and hour, I've been thinking about you
Only you, only you...
Ngiyabong' ifikil' incwadi,
Ithi wena uyaz' uyini kimi,
Ithi wen' uyabuya, o buya, ngiyathokoz' inhliziyo sami
Ntab' ezikude weh ma zingisithel' is'thandwa sami
Ntab' ezikude weh ma
Zingisithela wena dali wami



Credits
Writer(s): Sithole Tresure Sanele, Nhlangulela Majobe Simphiwe
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link