Ngihamba Nawe

Uyidlelani imali yami mawungasang'thandi?
Uyidlelani imali yami mawungasang'funi?

Uyidlelani imali yami mawungasang'thandi?
Uyidlelani imali yami mawungasang'funi?

Uhlala ukwenza kukulungela
Ngihamba nawe namhlanje

S'dudla ng'hamba nawe
Ngihambe nawe namhlanje

Bamba nansi injiva yami
Ngihamba nawe namhlanje
Bamba nanti ibhatshi lami
Ngihamba nawe namhlanje

S'dudla ng'hamba nawe
Ngihambe nawe namhlanje

Ngiyayikhalela imali yami (imali yami, imali yami)
Hawwu! Imali yami (ngiyisebenzele kanzima)
Ngiyayikhalela imali yami (imali yami, imali yami)
Hawwu! Imali yami (ngiyisebenzele kanzima)
Ngiyayikhalela imali yami (imali yami, imali yami)
Hawwu! Imali yami (ngiyisebenzele kanzima)

S'dudla ng'hamba nawe
Ngihambe nawe namhlanje

S'dudla ng'hamba nawe
Ngihambe nawe namhlanje

Uyidlelani imali yami mawungasang'thandi?
Uyidlelani imali yami mawungasang'funi?

Uyidlelani imali yami mawungasang'thandi?
Uyidlelani imali yami mawungasang'funi?

Credits
Writer(s): Moses Ngwenya, David Masondo, Zenzelle Mchunu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link