AmaBlesser (feat. DJ Maphorisa)

Uyaz' uk'thand umuntu uvele ugcwale ngaye
Uvel' ubon i-straight, uvele ubon' umshado, ngisho umah wey'ngane
Impilo yakho yonk' iphelele wena uma unaye
Kant yena ufun' ukuhamba, ufuna uk'bona abanye

Mina angsazi ngthini, angsazi ngthini ye
Ak'philek ngaphandle kwakho nawe uyaz' sthandwa sami
Ngob' uthen' akasangthand ucela ngimyeke
Uhambile uma-baby, uhambile uma-baby yea
Uhambel' amablesser, uhambel' amablesser whoa-yeah

Nginentombi mina, intombi mina aah
Beng'nentombi mina, intombi mina aah
Kodwa wakhetha ukungshiya aah
Ukungshiya

U-lovey wam uhambel' amablesser, uhambel amablesser aah
Bathathumunt' wam, bathath isthandwa sam wa
Nom' ungahamb uzongkhumbula aah
U-lovey wam uhambel amablesser, uhambe namablesser a-aah

Ihambil' intombi kamjita, ay ulova
Usho in front of phamb' kwabantu wathi, "It's over"

Mina ngakho weeh
Mina angnalutho, mina maningthathela yena nithi ngenzenjani
Uma ningthathela yena nithi ngthande bani
Wentomb' yam weh
Wentomb yam wena aah

Buyel ekhaya aah
Uma ningthathela yena nithi ngthande bani
Uma ningthathela yena nithi ngthande bani
Wentomb yam



Credits
Writer(s): Themba Sekowe, Lindokuhle Mgedezi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link