Akusiy'owakho

Yeeahh huuh ooh
Yeah heee

Nhliziyo yami kunini ngikuncenga,
Kodwa awu laleli

Aksiy'owakho×2
Myekele
Aksiy'owakho×2
Myekele

Iqiniso ukuthi akangithandi,
Iqiniso ukuthi udlala ngami.
Ngisho izinto ezincane ebengazenzi,
Ngisho izinto ezincane ebengazihluphi.
Bengimenza iprofile pic yena engangenzi,
Ngimposter njalo yena eyibukela nje,
Ereacter ngolove makuposter abanye abafana,
Kodwa makuposter mina anga like ngisho ukuliker.
Nhliziyo yami kunini ngikuncenga,
Namanje ngisakuncenga,

Aksiy'owakho×2
Myekele
Aksiy'owakho×2
Myekele

Awufunde ukwamukela, Myekele aksiye owakho aksiye owakho myekele



Credits
Writer(s): Gift Nombela Siyanda
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link