Indaba Ka Bami

Lal' esfubeni sami
Lalel' inhliziyo yami
Ibiz' igama lakho
Ifuna wena wedwa

Bamb' isandla sami
Uyizw' imizwa yami
Gijim' igazi lami
Ngifuna wena wedwa

(Hook)
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
When i found the one

Buk' emehlweni ami
Bon' umphefumlo wami
Uk'jula kwenhliziyo yami
Ngibona wena wedwa

Sondez' eduze kwami
Kekho omunye ofana nawe
Thand' indlela ong'thanda ngayo
Ngibona wena wedwa

(Hook)
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
When i found the one

Uyilanga, uyinkanyezi, uyikho konke engikudingayo empilweni yami ahh
Akekho omunye ofana nawe sthandwa

(Hook)
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
When i found the one



Credits
Writer(s): Siyabulela Ndumiso Mdletshe,, Mbongi Siphelele Dunywa,, Eidith Busisiwe Thwala,, Sakhile Manqele,, Kgosithebe Solomon Mahumpelo,
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link