Igolide

Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngzophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth' igolide
Ngzobe ngipheth' igolide nesiliva ntombi

Okwamanje angikwazi ngisho ukukuthengela lo uChocolate
Kufike usuku lwakho lokuzwalwa kwehle izinyembezi
Thola ma-present left and right kumina ungatholanga lutho
Ngzo complain-a kanjani ngoba angizange ngikhiphe lutho ntombi
Ukuhluphekwa kwami wangiphatha kanjena kade ngithi sesiyazwana
Ukuhlupheka kwami wafika nesinyama kade sengithi sekuyakhanya
Ngashiywa ngumuntu ebesengithembile ukuthi mina ngiyamthanda
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela eze

Ndoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngzophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth' igolide
Ngzobe ngipheth' igolide nesiliva ntombi

Hey kusile
Avuke ahambe ayemsebenzini ngilele
Ngicabangana nephupho lami into ende
Ngithembe ukuthi ngzophumelela kumele
Oh kumele nje
Kubuhlungu ukuthi angikwazi ukuku afforda ukujabulisa wena ntombi
Amandla ami aphelele ekutheni mina ngiyakuthanda ntombi
Akukho okuhlula lokho mina ntombi vele ngigcina lapho
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela eze

Ndoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngzophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth' igolide
Ngzobe ngipheth' igolide nesiliva ntombi

Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngzophath' igolide
Ngizophath' igolide nesiliva ntombi



Credits
Writer(s): Lindokuhle Mqobi Msimango
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link