Thembalami

Maning'amagama engikubiza ngawo
Maning'amagama engikubiza ngawo
Ngikubiza Honey
Ngikubize Love
Ngikubize Baby
Ngithi Sthandwa sami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami yeah yeah yeah

Ngisuke ngichaz'ukuthi bay'phulile inhliziyo yami
Seng'thembe wena
Ngisuke ngichaz'ukuthi
Ikusasa lami
Ngilibona nawe
Awu ngyazi bathi kuncono
Ukuthemb'ilitshe
Kunokuthemba umuntu
Kodwa ngyakthemba
NoMaKhanyezi ugogo wami wangitshela
Wath'ungavumeli umuntu
Abe yiyona yonk'into kuwe
Ngoba may'sengekho
Uzongasali nalutho ey
IRelationship yami yokugcina lena
Lana ngizophuma ngebhokisi yeah yeah yeah

Maning'amagama engikubiza ngawo
Maning'amagama engikubiza ngawo
Ngikubiza Honey
Ngikubize Love
Ngikubize Baby
Ngithi Sthandwa sami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami yeah yeah yeah

Maning'amagama engikubiza ngawo
Maning'amagama engikubiza ngawo
Ngikubiza Honey
Ngikubize Love
Ngikubize Baby
Ngithi Sthandwa sami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami
Kodwa ngicela wazi
Mangithi Thembalami yeah yeah yeah



Credits
Writer(s): Gift Nombela Siyanda
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link