Onk' Amadolo

Onk' amadolo
Ayokukhothama

Zonk' izilimi
Ziyokusho

Zithi wena Jesu
UyiNkosi yamakhosi

Jesu uphakeme kakhulu
Igama lakho lingaphezu
Kwamanye amagama
Ngoba alikho elinye futhi
Elingaqhathaniswa nelakho



Credits
Writer(s): Gladson Moyo, Jabulani Moyo
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link