Umuthi
Mhm.
EGoli impil' ayikho, alukh' uthando.
Kugcwel' umhobholo, wonk' umunt' usew'Ugombela kwesakhe.
EGoli impil' ayikho, alukh' uthando.
Kugcwel' umhobholo, wonk umunt usew'Ugombela kwesakhe.
Aw' ngizwa kukhal' amaviyo,
Bayang'biz' emakhaya.
Aw' ngizwa kukhal' amaviyo, bayang'biz' emakhaya.
Sengikhumbul' ekhaya,
Nyawo zami ngibelethe,
Kwafel' ubala, sengilel' esifubeni saMama.
Sengikhumbul' ekhaya,
Nyawo zami ngibelethe,
Kwafel' ubala, sengilel' esifubeni saMama.
Aw' ngisho kukhal' amaviyo,
Bayang'biz' emakhaya.
Aw' ngizwa kukhal' amaviyo, (yeah eh)
Bayang'biz' emakhaya.
Zonk' insuk' zeCalendar,
Zonk' insuk' zeCalendar.
NgiseMayini ng'yasebenza,
Ekhaya ng'babona December.
Zonk' insuk' zeCalendar, (zonk' insuk' zeCalendar)
Zonk' insuk' zeCalendar. (zonk' insuk' zeCalendar)
NgiseMayini ng'yasebenza,
Ekhaya ng'babona December.
Ooh indizamshini,
Ipheth' umuth' olaphayo.
Ooh indizamshini,
Ipheth umuth' olaphayo.
"Wahelez' umoya, isphepho nephimbo kwaphum ingom' emnandi.
Kwadans' iNingizim' Afrika yonke inqola, indizamshini.
Akukho lapho bengafinyeleli khona, isenzasamuntu.
Ububanzi bomuntu sibufanisa neDayiman' elimnyama.
Int' eswenka k'bande kwamancan' entombini - uyalaz' isoka lamanyala.
Ushun' wak'dala k'phel' uthintwa isandl' esisha.
Ingoma yazalwa kabush' eMnambithi, yamamatheka yonk' i-Africa.
Yath' ingom' emnand' iyaphindwa,
Phind' ubhale futh' cofinga bese ngyabhala.

Credits
Writer(s): Ndumiso Siyabulela Mdletshe, Siphelele Mbongi Dunywa, Zamokwakhe Gwala, Busisiwe Eidith Thwala
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Other Album Tracks
© 2024 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.