Ngizolibonga (feat. Women In Praise)

Ngizolibonga (njalo), ngizolibonga
(Mina ngizolibonga elakho leli igama)
Ngizolibonga (ngizolibonga) Jesu thank you so much (ngizolibonga)
Ngizolibonga (mina ngizolibonga) elakho (elakho leli igama)

Ummeli wami, msindisi wami
Mhlengi wami uyangilwela
Ngimile namhla nginqobile
Baba ngiyakubonga
Ummeli wami, msindisi wami
Mhlengi wami uyangilwela
Ngimile namhla nginqobile
Baba ngiyakubonga

Ngizolibonga (ngizolibonga) njalo asilibonge igama lakhe Jeso (ngizolibonga)
Sizolibonga (mina ngizolibonga) elakho (elakho leli igama)
Ababalekela kulo bayasinda Jeso (ngizolibonga)
Alikho elinye igama (ngizolibonga) gama elihle (mina ngizolibonga)
Elakho (elakho leli igama)

Hhawu limnandi lingcwele
Enhlizweni lingcwele
Ngizolibonga (ngizolibonga) elakho (elakho leli igama)
Hhawu limnandi lingcwele
Enhlizweni lingcwele
Ngizolibonga elakho leli igama
Hhawu limnandi lingcwele
Enhlizweni lingcwele
Ngizolibonga elakho leli igama

Ngizolibonga (ngizolibonga), ngizolibonga Jesu (ngizolibonga)
Igama lakho linamandla (mina ngizolibonga)
Elakho igama (elakho leli igama)
Ngizolibonga (ngizolibonga) wena wedwa ulingcwele (ngizolibonga)
Ngizolibonga (mina ngizolibonga) elakho (elakho leli igama)



Credits
Writer(s): Sukati Hemon Siyabonga, Oupa Montshiwagae,
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link