Umaqondana (feat. Sino Msolo)

Ngiyehla ngiyenyuka
Angimutholi umaqondana
Izinsuku ziyedlula
Angisithol' isithandwa sami
Bayabusa abalitholil' uthando
Abathi sofa s'lahlane
Bayabusa abalitholil' uthando
Abathi nal' ubambo lwami

Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana

Kuvele kube mnyama bese sek'zokhanya
Noma k'sese mnyama ngiyathemba kuzokhanya

Andimfuman' usofas'lahlane wami (usofas'lahlane)
Andis'fuman' is'thandwa senhliziyo yami (senhliziyo yami)
Kaz' 'ba uphi yena, yen' ozovuyisana nami?
Kaz' ub' utshoneph' na yen' ozohlekisana nami?
Owe nami, ndithini wena

Kuvele kube mnyama bese sek'zokhanya
Noma k'sese mnyama ngiyathemba kuzokhanya
Kuvele kube mnyama bese sek'zokhanya
Noma k'sese mnyama ngiyathemba kuzokhanya

Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana
Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale
Angimutholi umaqondana (angimutholi umaqondana)
Ngithi ngishona ngala, ngithi ngishona ngale (ngishona ngale)
Angimutholi umaqondana (angimutholi umaqondana)

Maqondana wami, ushonephi na? Ah
Maqondana wami, ushonephi na? Ayi
Maqondana wami, ushonephi na? Ayi
Maqondana wami, ushonephi na? Ayi

Credits
Writer(s): Makhosazana Masango, Sinoyolo Msolo, Keanen Bekeer, Claudio Wayde Jaftha
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link