Ivila
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Umana akhale ngeqolo
Akhale ngekhanda
Athi isilumo siyambulala
Hhayi ivila lodwa!
Into engakwazi nokusebenza
Umana akhale ngeqolo
Akhale ngekhanda
Athi isilumo siyambulala
Hhayi ivila lodwa!
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyinsakavukela umchilo wes'dwaba
Ukumbona esong'izandla
Hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Ubethi uthathe intombi yangempela
Ngoba induku enhle igawulwa ezizweni
Kanti hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Uvele ahlale agoqe izandla kusetshenzwa
I'nzipho zakhe azimvumeli
Athi babe ngicela sithol'iMaid
Angeke ngikwazi ukusebenza
Uvele ahlale agoqe izandla kusetshenzwa
I'nzipho zakhe azimvumeli
Athi babe ngicela sithol'iMaid
Angeke ngikwazi ukusebenza
Umana umana umana umana umana umana umana umana
Hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Umana umana umana umana umana umana umana umana
Hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Umana akhale ngeqolo
Akhale ngekhanda
Athi isilumo siyambulala
Hhayi ivila lodwa!
Into engakwazi nokusebenza
Umana akhale ngeqolo
Akhale ngekhanda
Athi isilumo siyambulala
Hhayi ivila lodwa!
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyinsakavukela umchilo wes'dwaba
Ukumbona esong'izandla
Hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Ubethi uthathe intombi yangempela
Ngoba induku enhle igawulwa ezizweni
Kanti hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Uvele ahlale agoqe izandla kusetshenzwa
I'nzipho zakhe azimvumeli
Athi babe ngicela sithol'iMaid
Angeke ngikwazi ukusebenza
Uvele ahlale agoqe izandla kusetshenzwa
I'nzipho zakhe azimvumeli
Athi babe ngicela sithol'iMaid
Angeke ngikwazi ukusebenza
Umana umana umana umana umana umana umana umana
Hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Umana umana umana umana umana umana umana umana
Hhayi ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Bekuyidili likaMkhipheni
Bona belahla izinkomo zababa
Belobola ivila lodwa
Into engakwazi nokusebenza
Credits
Writer(s): Bandile Majola
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
© 2024 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.