Inkabi Zami

Ngafika ejozi ngingana sheleni
Ngafika egoli nginguskhotheni
Bangithatha abafwethu bangikhipha ekhoneni
Ngezandla ezigcolile bangibeka etafuleni
Bathi geza udle ndonda asambe esontweni
Siyalibona usizi olugcwele emehlweni
Kwehla izinyembezi kugcwala amagama emlonyeni
Ngicela amanzi webo bhuti aningiphuziseni
Ngangingaba yini
I was a joke in the hood like Mr Bean
Ufuna ukuthini
Ngahamba endlini ngina 17
Ubaba emhlupha uma
And I told myself ngizobuya la
Ngeke usakhuluma
Ngobe ngingasahleki ngiyobe ngidubula

Ngangingaba Yini
Ngangingaba Yimi
Ngangingaba Yini
Ngaphandle KweZinkabi Zami
Ngaphandle kwaba fwethu
Ngangingaba Yini
Ngangingaba Yimi
Ngangingaba Yini
Ngaphandle KweZinkabi Zami
Ngaphandle kwaba fwethu
Ngangingaba Yini
Ngangingaba Yimi
Ngangingaba Yini
Ngaphandle KweZinkabi Zami
Ngaphandle kwaba fwethu

Zangi thatha zangiqoqa inkabi zami
Ngabona seyiqonda ne Mpilo yami
Ngiyacele kuba phansi nawe mdali wami
Uzungivikele bona Njalo
Bangivikela bangingipha indawo yokufihla ikhanda
Bangizwela ngafudumala ebusika kubanda
Bangiphakela namajita si share iqanda
Bangimela bangi nika uthando lukababa
Ngageleza nami sengikwazi ukuphanda
Sengikwazi ukubamba
Sengiwubaba
Ubaba kashaka
Never catch me sleep ngiyakutshela akalalwa
Ngenza noma yini for ukuvikela untanga
Bro code never snitch noma ungafahlaka
I'm black,I've been black njenge bhakabhaka
I'm old school bangibiza ngomjakajaka

Ngangingaba Yini
Ngangingaba Yimi
Ngangingaba Yini
Ngaphandle KweZinkabi Zami
Ngaphandle kwaba fwethu
Ngangingaba Yini
Ngangingaba Yimi
Ngangingaba Yini
Ngaphandle KweZinkabi Zami
Ngaphandle kwaba fwethu
Ngangingaba Yini
Ngangingaba Yimi
Ngangingaba Yini
Ngaphandle KweZinkabi Zami
Ngaphandle kwaba fwethu



Credits
Writer(s): Mbongiseni Dludlu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link