Makhelwane

Seng'fun uthando lwam mdali aw
Kunini ngibalalele omakhelwane
Bebizana ngodali
Seng'fun uthando lwam mdali aw
Kunini ngibalalele omakhelwane
Bebizana ngobaby

Shwele shwele shwele shwele baba
Aw phendula imithandazo yam
Ng'funi sthandwa sami nami
Shwele shwele shwele shwele baba
Aw phendula imithandazo yam
Ngicel' uphendule ngicel uphendule
Ngish' umaqondana wami
Shwele shwele shwele shwele baba
Aw shwele baba ngifun umuntu wam nam
Aw phendula imithandazo

Ntombazan' woza la
Khona eng'funa sikuhlebe
Nhliziyo yam
Ntliziyo yam iyakhala
Ithi ifuna umuntu onjengawe
Ithi ifuna umuntu uzoy'phakela
Ntombazane ngikhetha wena
Ngob' isitho sakho siyang'chaza
Nale mizwa yami iyang'shisa
Now I can tell that you into me
Do you really care what some say?
Honestly I can turn you to a goddess
Fly away on a Sunday
Live a little sibuye Monday
With no bondage sthandwa sam
Qoma mina, Qoma mina I'm the one
Qoma mina ngoba wena ungowami

Shwele shwele shwele shwele baba
Aw phendula imithandazo yam
Ng'funi sthandwa sami nami
Shwele shwele shwele shwele baba
Aw phendula imithandazo yam
Ngicel' uphendule ngicel uphendule
Ngish' umaqondana wami
Shwele shwele shwele shwele baba
Aw shwele baba ngifun umuntu wam nam
Aw phendula imithandazo

Sekudala ngizula zula
Nami ngifun' uthando lwam bo
Name nami ngifun' olwam ubambo
Ngisho nam owam ulavo
Nami ngifun' owami olavi davi
Aw eng'zomthanda more
Ngimnik' uthando aw ngimnike impatho
Kazi bambo lwami ucash' phi na?
Kazi sthandwa sam usithwe yiziphi izintaba
Aweee ngumuntu wam
Kazi bambo lwami ucashephi?
Kazi sthandwa sam usithwe yiziphi izintaba
Awee ngumaqondana wami
Nami ngifun' umuntu engizomthanda
Ngimnike uthando lwami
Ngimnike inhliziyo sthandwa sami
Nami ngifun' umuntu engizomthanda
Ngimnike uthando lwami
Ngimnik' inhliziyo sthandwa sami

Seng'fun uthando lwam mdali aw
Kunini ngibalalele omakhelwane
Bebizana ngodali
Seng'fun uthando lwam mdali aw
Kunini ngibalalele omakhelwane
Bebizana ngobaby

Shwele shwele shwele shwele baba
Aw phendula imithandazo yam
Ng'funi sthandwa sami nami
Shwele shwele shwele shwele baba
Aw phendula imithandazo yam
Ngicel' uphendule ngicel uphendule
Ngish' umaqondana wami
Shwele shwele shwele shwele baba
Aw shwele baba ngifun umuntu wam nam
Aw phendula imithandazo



Credits
Writer(s): Lungile Nyakaza
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link