Phum' Elay'nin'

Hee! PNG gazi
Aah! Ng'yezwa la emzumbe ukuthi
Sek'khon' omakoya
Ever since ngithe tshwe
Kwasal' o-Real Makoya
Sek'gcwel' ama-Zambak
He! Ai
Othi s'gcobise gazi
Izwa la

(Phum' elay'nini)
Ei, i-fake ingazobheda la
Wazam' uk'goloza ngik'gena ngama punch ngiqede la
(Buyele say'dini)
Ithikithi le fake alikho la
Ng'yezwa bathu dope manje inkinga iwunga ayikho la
(Ngi-busy ng'yagadla)
Ngiphethi AK namabhomu
Unoxhaka ngubekile ngicuphe nom' esiph' isdomu
(La kwi-Rap ngik'hlaza)
I-Chlorophyll ayikakapheli
Vele ngithand' umbal' o-green and futhi awukang'phupheli

Haa haa
Wonk' umuntu iKasi Rap
Bafun' uk'shay' into eyodwa it's either that or i-trap
Beautiful genres
Kodwa mew'zam' uk'phakama cel' ungang'bali
Mina ngi-dealer nabagxeki style sami la kwi-rap
Ba-busy bazenza dope i-style sabo kanti it's trash
Mina ngigadla ngesi-NG nama-beat ami ahlukile
Ang'nandaba as long mebezothi ngi-dope voetsek
Nami ngi-cat
Ngeke ngik'sukele ngizok'niki rattex
UmRapper udukelw' ama-lines ngoba ngim'faki tippex
Nithi ni-perfect
Nibe nokhu nikhuluma udoti la ku-Facebook
Nilokhi ni-claim ukuthi ni-dope nibe ni-whack ngisho k'ma-hook
Ningazo bheda la
Nami angikho blind ng'yakwazi ukubon' inte-whack
Mina kwi-Rap ngikhona
Mewungagcwele ngizobona ngawe nje u-attack
Ningazong'khenya la
Ngik'fakujantsi mewungakwazi uk'shay' ama-tracks
I guess I guess i-fame ibuye ikwenz' ungakwazi ukuz'bon' ukuthu-whack ngithi

(Phum' elay'nini)
Ei, i-fake ingazobheda la
Wazam' uk'goloza ngik'gena ngama punch ngiqede la
(Buyele say'dini)
Ithikithi le fake alikho la
Ng'yezwa bathu dope manje inkinga iwunga ayikho la
(Ngi-busy ng'yagadla)
Ngiphethi AK namabhomu
Unoxhaka ngubekile ngicuphe nom' esiph' isdomu
(La kwi-Rap ngik'hlaza)
I-Chlorophyll ayikakapheli
Vele ngithand' umbal' o-green and futhi awukang'phupheli

Asebhokile lama-cat
Mina meng'shay' into yami uzongenzan nje ng'yabuza
Asabhayiza lama-cat
MuRapper sebenzisa izinyawo ungezi ngesphongo ng'yak'khuza
Ngikhafula fragile mese ng'hlephul' ama-flows
Ngisa-build foundation angimningi kuma-shows
Ang'fun' uku-fake ukuba dope ngigephelana nama hoes
Ngilokhu ngi-spit into ebolile bese ngididisa nge-halls
Aah ghaa
OmRapper ba-fake ukuba originally
Mina ng'dingu size omkhulu I'm extra large ordinary
You ask dope, I'm the definition in the dictionary
I mean it's real killing these rappers it's not imaginary
Ningazong'dina maan
NgumRapper o-tight i-fake ayikwaz' ukung'xega
Tell me udingi space how many bytes
Ngilo alpho lo ono-mega
Ningazong'khenya maan
Ngik'fakujantsi mewungakwazi uk'shay' ama-tracks
I guess I guess i-fame ibuye ikwenz' ungakwazi ukuz'bon' ukuthu-whack ngithi

(Phum' elay'nini)
Ei, i-fake ingazobheda la
Wazam' uk'goloza ngik'gena ngama punch ngiqede la
(Buyele say'dini)
Ithikithi le fake alikho la
Ng'yezwa bathu dope manje inkinga iwunga ayikho la
(Ngi-busy ng'yagadla)
Ngiphethi AK namabhomu
Unoxhaka ngubekile ngicuphe nom' esiph' isdomu
(La kwi-Rap ngik'hlaza)
I-Chlorophyll ayikakapheli
Vele ngithand' umbal' o-green and futhi awukang'phupheli

Mangcebana where you at
UMZ where you at
Mele kucace ubani Cat
Mina ang'nandaba ukuthi uzwana nama-cat a-dope
Uhamba ama-shows amaningi
Into ekhulumayo izingoma zakho gazi
Yayizwa le
Bhampa gazi
Bhampa gazi
Mangcebana boy



Credits
Writer(s): Ngcebo Duma
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link