Bantu Time

Na na na na na
Na na na na na... yeah eh.
Thana na na na (na na na na)
Awu sengikhulile
Ngihambile ngabon'ezweni
Maw'ufuna ukuphumelela mfwethu
Kumele usebenze
Uphind'ubekezele
Ngakhohl'ukukhuleka
Babuza mina ukuthi ngenze njani nah
Ngithi!
Ngihambile ngabon'emazweni
Ukuthi mow'funa ukuphumelela
Kumele usebenze
Ngihambile ngabon'emazweni (iyelele)
Kumel'ubekezele (iyelele)
Ngakhohl'ukukhuleka (iyelele)
Njengoba ngingalele manje
Ngisebenzela iksasa lami
Zendonga ziyaduma weh baba
Ngizoshintsha impilo yami (oh, no, no no)
Ngibonga wena mama
Ukuth'ungikhulisile (yeah)
Awubheke manje sengikhulile
Mfundiso zakho ngiziphathile
Awu sengikhulile
Ngihambile ngabon'ezweni
Maw'ufuna ukuphumelela mfwethu
Kumele usebenze
Uphind'ubekezele
Ngakhohl'ukukhuleka
Babuza mina ukuthi ngenze njani nah
Ngithi!
Ngihambile ngabon'emazweni
Ukuthi mow'funa ukuphumelela
Kumele usebenze
Ngihambile ngabon'emazweni (iyelele)
Kumel'ubekezele, (iyelele) ngakhohl'ukukhuleka. (iyelele)
Iyelele mama yele (Iyelele mama)
Iyelele mama yele (Iyelele mama)
Iyelele mama yele (Iyelele mama)
Iyelele mama yele (Iyelele mama)
Awu sengikhulile
Ngihambile ngabon'ezweni (ngabon'ezweni)
Maw'ufuna ukuphumelela mfwethu
Kumele usebenze (usebenze)
Uphind'ubekezele (ubekezele)
Ngakhohl'ukukhuleka (ngakhohl'ukukhuleka)
Babuza mina ukuthi ngenze njani nah
Ngithi!
Ngihambile ngabon'emazweni,
Ukuthi mow'funa ukuphumelela,
Kumele usebenze,
Ngihambile ngabon'emazweni (iyelele)
Kumel'ubekezele (iyelele)
Ngakhohl'ukukhuleka (ngakhohl'ukukhuleka)
(Iyelele)



Credits
Writer(s): Neo Sibongakonke Martin Ndawo, Simphiwe Lindokuhle Khangelani Mkhize
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link