Inhlupheko - Radio Edit
Ayi shun' wenkabi (ngizomosha)
Ayi sawubona mtanami ngithemba okuthi uyaphila
Ngokwe gama ngu Doris ngiyabonga usuze wa fika
Mzukulu, leth' amanzi ukutheng' icold drink ngyafisa
Kodwa ikati lilele ezikosibong' umphefumulo masiphila
Mtanami angixolise, ukuk'moshela isikhathi okungezeka ukuthi umatasa
Kodwa ngeke ngithath' isikathi
Mzukulu awleth' icansi umalume ake ahlale phansi
Angazi ng'zoqalaphi kodwa ng'celi ukuqala phansi mangithi ngiya bheka
Umama ugqwele usizi kodwa imbokodo
Yokuqina le iyibambe ishisa insimbi
Mzukulu uyahlakula kukha'l igeja ugcwel' insimbi
Sesizwa ileya nkomo ukuthi silale sidlile ubisi mtanami angikusho loku
Mina ngazalelwa ukuhlupheka ngiyinhlekisa emphakhathini nginana impuphu neshugela
Abanye bathi ngiya thakatha
Ngithule bengisukela angiyazi injabulo kodwa eZulwini ngiyokhululeka
Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
Ngothemba kuwe wedwa, Mdali wami
Eyi we Jesu nguwe ithemba lami
Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
Imizamo yami iyophela kuwe
Ngizophumula xa ndifika kuwe
Shuni wenkabi ay intokozo, mina iyami impilo inzima
Njegoba ubona amathuna bonke la ekhaya bangishiya
Lomtwana omsehlana yena ubabakhe wamphika
Kusele mina no mzukulu masihamba kuyosala inxiwa
Ngyazi isisho sithia alikho ithuna lendlala lomtwana engimtetile
Unina wamshiya ekhala lona omdala uhlale ebuza
Ukuphi umama? Wahamba eyofuna itoho akaphindanga wabuya ekhaya
Mtanami, kunzima kunokuphela iviki ngadlile
Ngikhalela umzukulu abuye eskoleni elambile
Kodwa usebenza kanzima ukuba nekusasa eliqhakazile
Ukuthi uphuma enhluphekweni
Kodwa ezifundweni uhlal' ephasile
Eqinisweni mtanami mina ngyafisa ubaba angithathe
Kodwa abazukulu mina ngeke ngibalahle uyazi isifiso sami
Ukuthi bafunde baphase nali ithawula, mtanami bengaqondile ukuthi ukhale
Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
Inhlupheko, ngikhala ub'suku ne mini
Ngothemba kuwe wedwa, Mdali wami
Eyi we Jesu nguwe ithemba lami
Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
Imizamo yami iyophela kuwe
Ngizophumula xa ndifika kuwe
Bheka liyaphuma liyashona kimi akuna mehluko
Yebo ekukhuleni kwami nami ngakhula ngina amaphupho
Ngyathula nje ngilalele enkozweni besho amahubo
Isiqalekiso sami ubaba wabamba elentulo
Kwakhala inyonini layikhaya basiqalekisa
Amathuna anele ebaleni kushoda elami ngivalelise
Bengaqondile ukudabukisa, ngyaxolisa mtanami, akuyona inhloso nje ukubalisa
Namhlanje mtanami, asazi siyolala sidleni
Into enokungisiza ukuyothengisa erenkeni
Ngizivulele itafula ngiqokelele osheleni kokunye nginokulala khona
Ngivuke ngithengise ekuseni, kunzima mtanami
Sidla imbuya ngothi, angilazi icala lami
Emhlabeni ngiyi soni, kodwa sengivumile injabula angiyitholi
Angikukhulule mtanami uhambe ilang lingashoni

Credits
Writer(s): Edward Gobizembe, Siyabonga Nene, Mfundo Khumalo, Sibusiso Wiseman Nkwanyana
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
© 2025 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.