SELIDUMEL'EMANSUMPENI

Baba wethu osezulwini
Malingcwelisw' igama lakho
Size sphumelele nathi

Umoya wakh' udangele
Usizi lumi ngenhla
Impil' ayincengi
Futh' ayinazwelo
Uzungaphosi ithawula
Wena ususeduze

Ngithi hamba bumnyama
Kuvel' ukukhanya
Selidumel'emansumpeni
Seyiseduze impumelelo yami
Ngithi hamba bumnyama
Kuvel'ukukhanya
Selidumel'emansumpeni
Seyiseduze impumelelo yami

Zungayeki uweeee!
Zungayeki uweeee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena
Zungayeki uweeee!
Zungayeki uweeee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena
Zungayeki uweee!
Zungayeki uweee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena
Zungayeki uweee!
Zungayeki uweee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena

Uzungayeki wena

Impil'ayincengi
Futh ayinazwelo
Uzungaphosi ithawula
Wena ususeduze

Ngithi hamba bumnyama
Kuvel' ukukhanya
Selidumel'emansumpeni
Seyiseduze impumelelo yami
Ngithi hamba bumnyama
Kuvel' ukukhanya
Selidumel'emansumpeni
Seyiseduze impumelelo yami

Zungayeki uweeee!
Zungayeki uweeee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena
Zungayeki uweeee!
Zungayeki uweeee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena
Zungayeki uweee!
Zungayeki uweee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena
Zungayeki uweee!
Zungayeki uweee!
Uzungayeki wena
Uzungayeki wena



Credits
Writer(s): Mlungisi Shabangu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link