Ngaphandle Kokuthi - Live

Ngicing' isizathu sokukukhonza
Les' esahlul' abase mandulo
'Ze bancamel' ukukubethela
Bak'phosa emthini wehlazo

Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila

Ngicing' isizathu sokukukhonza
Les' esahlul' abase mandulo
'Ze bancamel' ukukubethela
Bak'phosa emthini wehlazo

Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila

Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila

Mlil' oqothulayo, themba labendulo
Sinkwa sokuphila, libo lokuqala
Kuwe kutholakala amanzi okuphila
Yingakho manje thina s'yaphila

Ungumlil' oqothulayo, themba labendulo
Sinkwa sokuphila, libo lokuqala
Kuwe kutholakala amanzi okuphila
Yingakho silapho, sekuyachichima

Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila

Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila

Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi Nguwe isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila

Ngaphandle kokuthi Wen' uyiNkosi
Ngaphandle kokuthi Wen' unguMdali
Ngithol' ukuthi uWen' isizathu
Nanoma nje, ng'yaphila



Credits
Writer(s): Thinah Zungu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link