Umlilo (feat. Mvzzle & Rethabile)

Umlilo umlilo
Umlilo umlilo

Kudala ngibona ngiphila kanje
Ngibona ngiphila kanje
Kungenxa yothando lwakhe
E-e-e-e-e-e
Mehlo am avuliwe
Ndlebe zam zimamele
Mlomo wam uthetha naye thetha nayee
Nguye yedwa
Kudala ngibona ngiphila kanje

Ngibona ngiphila kanje
Kungenxa yothando lwakhe
Yeah, yeah, yeah, yeah
Mehlo am avuliwe
Ndlebe zami zimamele
Mlomo wam uthetha naye thetha nayee
Nguye yedwa

Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavuth' umlilo
Nangu lomlilo
Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavuth' umlilo
Nangu lomlilo

Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavuth' umlilo
Nangu lomlilo
Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavhuth' umlilo
Wavhuth' umlilo

Nangu lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo woh
Hayi yeah, yeah, yeah (lomlilo lomlilo)
Ooh hoo
Lomlilo lomlilo

Thando lwakho
Ludali milingo, kusukum' iyishosha
Nentando yakho, abangaboni sebeyobona
Mina ngeke ng'kwazi ukufakazela omuny' umuntu
Kodwa uthando lwakho
Ay mina ngzotshela abaningi

Thando lwakho
Ludali milingo, kusukum' iyishosha
Nentando yakho, abangaboni sebeyobona
Mina ngeke ngwazi ukufakazela omuny' umuntu
Kodwa uthando lwakho
Ay mina ngzotshela abaningi

Nangu lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo wooh
Hayi yeah, yeah, yeah!

Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavuth' umlilo
Nangu lomlilo
Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavuth' umlilo
Nangu lomlilo

Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavuth' umlilo
Nangu lomlilo
Wavhuth' umlilo namalangabi
Wavhuth' umlilo
Wavhuth' umlilo

Nangu lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo
Lomlilo 'lilo-lilo-lilo-lilo-lilo-lilo hhayi lomlilo



Credits
Writer(s): Rethabile Khumalo, Gift Selaelo Morukhuladi, Ntombezinhle Jiyane, Sipho Melusi Msimango
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link