Nhlakanipho

Ngimile Nje Sengiyacela Bo
Ngenhliziyo Emhlophe Naz'izandl'ezivulekile
Angilutho Ngaphandle Kwakho Futhi Angiphili Mawungekho
Ngicel'ukuhamba Nawe Ngihlale Nawe
Ngiyafis'ukukubona Ngeliny'ilanga
Ngikunik'uthando Kuze Kushon'ilanga
Sezihambil'izinsuku Nezinyanga
Ngicel'iNhlakanipho Ngingasuk'eduze Kwakho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Ngicel'iNhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Yon'inhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Yon'inhlakanipho

Ngimile Nje Sengiyacela Bo
Ngenhliziyo Emhlophe Naz'izandl'ezivulekile
Angilutho Ngaphandle Kwakho Futhi Angiphili Mawungekho
Ngicel'ukuhamba Nawe Ngihlale Nawe
Ngiyafis'ukukubona Ngeliny'ilanga
Ngikunik'uthando Kuze Kushon'ilanga
Sezihambil'izinsuku Nezinyanga
Ngicel'iNhlakanipho Ngingasuk'eduze Kwakho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Ngicel'iNhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Yon'inhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Nhlakanipho
Yon'inhlakanipho



Credits
Writer(s): Lethabo Mofokeng-mhlanga
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link