Ngizogibel' Ibhasi

Ngib'hlungu

Ngizogibela i bhasi
Elasekseni
Ngiyobon' umkhwam
Ngimtshel' ukuthi
Lomfazi uyangihlupha
Awu uyangehlula
Awu useyaphuza
Yena usengahlule

Zalamb izngane zami kwenzenjani
Wemkam
Zalala zingadlile ngsebenza konebani
Wemkam
Ngangen emacaleni ezitolo kwenzekan
Wemkam

Zalamb izngane zami kwenzenjani
Wemkam
Zalala zingadlile ngsebenza zonebani
Wemkam
Ngangen emacaleni ezitolo kwenzenjan
Wemkam

Ngib'hlungu

Ngizogibela i bhasi
Elasekseni
Ngiyobon' umkhwam
Ngimtshel' ukuthi
Lomfazi uyangihlupha
Awu uyangehlula
Awu useyaphuza
Yena usengahlule

Izngane zam zidliwa ikhaza azgqokile
Izngane zami zikhala njalo unina ephuzile
Anghlonishwa emphakathini ulomfazi ohlal edakiwe
Amaweave iperusian, i Brazil ksasa angsazi kobe ngeyiphi ke
Izinzipho, izinkophe, uxhunyaxhunyiwe angsazi uhloboni lepikoko efile
Mangabe ngyajeziswa, ngyalingwa nkosi mpela angsazi dadwethu engiyonile

Ngib'hlungu

Ngizogibela i bhasi
Elasekseni
Ngiyobon' umkhwam
Ngimtshel' ukuthi
Lomfazi uyangihlupha
Awu uyangehlula
Awu useyaphuza
Yena usengahlule



Credits
Writer(s): Luthando Sikholiwe
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link