Intompi Yangempela

Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'bukisa ngabantu
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'hlekisa ngabantu
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'bukisa ngabantu
Mina ngashelwa nguwe and angizange ng'vume
Wathi kmina uzongbonisa indlela ngothando
Ngase ng'sale ng'vuma nami seng'fikelwa nayithemba
Mina ngashelwa nguwe and angizange ng'vume
Wathi kmina uzongbonisa indlela ngothando
Ngase ng'sale ng'vuma nami seng'fikelwa nayithemba
Letha uthando Nkosazane musa ukungihleka
Ngoba ungibona nje Inhliziyo yami igcwele uthando
Inkinga angazi ukuthi ngilunike bani
Ukuthi uzongihlonipha na?
Wayengitshela umama, {Aybo aybo!}
Ukuthi intombazane ethanda umuntu Ngoba enemali {Aybo aybo!}
Akuyona intombi leyo {Aybo aybo!}
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'bukisa ngabantu
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'hlekisa ngabantu
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'bukisa ngabantu
Ngakhangwa wubuhle nkosazane
Ngabe Inhliziyo yakho iyafana yini nalokhu engikubonayo?
Phela uyigolide lomhlaba
Futhi uy'ntombi z'phelele, maw'ngang'qoma ng'phelele
Mabeng'thinta ng'shone le,
Ng'batshele udali ung'phekele
Sengimnandi ng'phelele,
Seng'thole umfazi ngphelele
Ngim'fake ucingo aphelele
S'vele s'shade gelekeqe
Azdlule iynsizwa y'shone le
Usengowami myekeleni
Ng'funa intombi yangempela, enothando lwangempela
Ongay'khukhumezi, ongay'phakamisi
Ozong'thanda nenhloniphe
Ongay'khukhumezi, ongay'phakamisi
Ozong'thanda nenhloniphe
Qoma ntombi ngafa wusizi sek'dala ngiy'phekela
Vuma ntombi ngafa wusizi sek'dal angiy'washela
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'bukisa ngabantu
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'hlekisa ngabantu
Ngifuna intomni Yangempela
Ezongthanda Ing'hloniphe
Ayi lona ozong'lulaza, Ozong'bukisa ngabantu



Credits
Writer(s): Msawakhe Buthelezi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link