Iqude Lenganono

Safa! saphela! isizwe sakithi weh
Isizwe asakithi weh
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanthi ngiyokufa
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanyhi ngiyokufa
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanthi ngiyokufa

Kiki likiki iqhude lenganono umuntu
Edasthini
Isimemezile intsimbi mfana dlalela ejalidini
Iduma emadlebeni
Ishiye izinthandane nabafelokazi
Bengenalo ulwazi ukuthi impilo bazoyi phetha njani
Ngoba inganono iyasho
Inganono iyasho
Iduma emadlebeni
Iyona eyathatha ubaba abazukulu nabashana

Safa! saphela! isizwe sakithi weh
Isizwe asakithi weh
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanthi ngiyokufa
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanyhi ngiyokufa
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanthi ngiyokufa

Safa saphela lesizwe
lafa laphela elikandaba
Liphelela emehlweni okwe nkanyezi
shooting star besebeshilo ababhali bencwadi
Bathi lezwe lizobhubha
Ujesu wafela esphambanweni okwe gundane kunoxhaka
Rivers and streams of blood
Like a vacation in hell umunthu ubulala umuntu
Izwe lafa laphe
Volcanic eruptions of blood spraying out of a human skull
Spraying in every corner like graffit gone out of control

Safa! saphela! isizwe sakithi weh
Isizwe asakithi weh
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanthi ngiyokufa
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanyhi ngiyokufa
Iqhude lenganono nje
Ilona elangivusa ngilele
Kanthi ngiyokufa
Hayi! Hayi! Hey! Hayi
Kanthi ngiyokufa
Kuyafiwa! kuyafiwe! Kuyafiwa



Credits
Writer(s): Simphiwe Mbatha
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link