Thol' okwakho

Iy'ntwana ziyeba omakhelwane baya hleba
Ngiza ngo mageba isizwe sami sizo ceba
Amanga agcwele umhlaba asikwazi uku'phupha
When you tell em your dreams bathi uyahlupha
Bafuna ukuthi uhamb uyosebenzel' umlungu
I'll never do that amehlo awanayo inkungu
Ngiqala izinto zami ngenza izinto zami
Be a legend when I die khumbula igama lami
It's Tug Zwe iphupho le natali
I'm sitting on top of the world lova angi'dlali
Akekho ozong'susa ngaphandle makuw' umdali
Aslali, aslali lova sikhand imali
Inzondo yakho ayisho lutho ngoba uhlel awenzi lutho
I'm a damn brand name like adidas and pro-Nutro
I'm flooding up the city ngaley ngqenge eziy'skhathi
I don't do it for myself ngi flowela umphakathi yah

Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Yeah)
Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Aha)
Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Ehe)
Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Sho)

Thol'okwakho thol'okwakho (Lova, ehe)
Thol'okwakho lova thol'okwakho (Lova ehhe)
Thol'okwakho thol'okwakho (Lova ehhe)
Thol'okwakho lova nami ngithola okwami

Iphepha alisho lutho mawu nganabo ubuciko
Ekhaya ngenza sure ikati alilali eziko
La enghamba khona hlale ngine smilo
Ley'ngane engihamba nazo yazi aziyona impilo
Isthombe eskhulu ukuthi kumele ngiphumelele
Ngivuka ey'nthatha kusa lova ngiphum ulele
It's tugland DCE big brands
South African boys we after all the rands
Onke amaphanta ayazi ukuthi kumele enze njani
Ukuze sibe grand lova pusha ispani
Thol'okwakho ngizo thol'okwami
Sohlangana sesi grand ngiphethe iskeem sami
Yek umona lova ngoba ngeke ukuse ndawo
Sonke siyafana sine zandla ney nyawo
Nami njenga nawe ngiphuma elokishini
Uma ngiy shubisa uzohlulwa yini

Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Yeah)
Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Aa)
Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Ehe)
Hambo thol'okwakho ngoba nami ngithol okwami (Sho)

Thol'okwakho, thol'okwakho (Lova, ehe)
Thol'okwakho, lova thol'okwakho (Lova, ehe)
Thol'okwakho thol'okwakho (Lova, ehe)
Thol'okwakho lova nami ngithola okwami



Credits
Writer(s): Zwelakhe Seme
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link