Uzalo (feat. Nomkhosi & Olefied Khetha)

Kuzalwa abafana

Kuzalwa abafana

Imvula iyana, ungbusisa nangelanga
Ksukela k'dala, wangbusisa ngiseyihlwili Esiswini sika mama
Ngizizwa ngibusisiwe
Imvula iyana ungikhanyisela ngelanga
Ksukela k'dala, wangbusisa ngiseyihlwili Esiswini sika mama

Es'swini s'ka mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Odade nabafowethu,
Odade nabafowethu
Ngaphuma nabo esiswini sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Ungipha amandla okumelana neNgqinamba
Thixo somandla, noma ngihamba endleleni zobumnyama Hlezi ungibhekile

Ungipha amandla okubhekana nezitha zam
Thixo somandla
Beng'cela amanye amandla uzuwaphe umama
Ngoba es'swini sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Odade nabaf'wethu, Odade nabafowethu ngaphuma nabo es'swini sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Aw iyo lento eyenza ukuthi s'khumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Uwe Uwe uwe
Uwe Uwe uweh
Baba wethu osezulwini
Uzungbusisele umah
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Uye uye yehe
Uye uye yehee
Imanzi emhlophe ezala Mina nodade wethu

Kuzalwa abafana

Kuzalwa abafana



Credits
Writer(s): Zakhele Madida, Bonga Ntozini, Mbuso, Khetha
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link