Uzalo (feat. Nomkhosi & Olefied Khetha)

Kuzalwa abafana

Kuzalwa abafana

Imvula iyana ungbusisa nange langa
Kusukela kudala wangbusisa seyihlwili esiswini sika mama
Ngizizwa ngibusisiwe imvula iyana ungikhanyisela ngelanga
Kusukela kudala wangbusisa seyihlwili esiswini sika mama, esiswini sika mama

(Kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)
Odade nabafwethu, odade nabafwethu
Ngaphuma nabo esiswini sika mama
(Kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)
Aw yiyo lento eyenza ukuthi siphindel' emakhaya
Igazi liyakhuluma isisu sika mama
(Kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)

(Kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)

Ungiph' amandla okubhekana neynqinamba
Thixo Somandla jonga ngihamba eyndleleni zobumnyama
Hlezi ungibhekile ungipha amandla okubhekana nezitha zami
Thixo bengcela amanye amthuba uwaph' umama

Ngob' esiswini sika mama (kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)
Odade nabafwethu, odade nabafwethu
Ngaphuma nabo esiswini sika mama
(Kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)
Aw yiyo lento eyenza ukuthi siphindel' emakhaya
Igazi liyakhuluma isisu sika mama
(Kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)

Uwe uwe uwe
Uwe uwe uwe
Baba wethu osezulwini uze ungibusisel' uma
(Kuzalwa abafana kuzalwa amantombazane)
Uyeah uyeah yeah yeah
Uyeah uyeah yeah yeah yeah yeah
Imanz' emhlophe ezala mina nodade wethu

(Kuzalwa abafana)

(Kuzalwa abafana)



Credits
Writer(s): Zakhele Madida, Bonga Ntozini, Mbuso, Khetha
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link