Ngiyabonga

Ngiyabonga ukugcinwa
Esandleni sakho
Ngabengikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade
Ngiyabonga ukugcinwa
Esandleni sakho
Ngabengikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade

Ngiyabonga (ngiyabonga) ukugcinwa (ukugcinwa)
Esandleni (esandleni sakho)
Yebo nga- (Ngabengikuphi ngaphandle kwakho?
(Uyanginakekela Simakade)

Ngiyabonga (ngiyabonga) ukugcinwa (ukugcinwa)
Esandleni (esandleni sakho) ngigciniwe sandleni
Somusa (Ngabengikuphi ngaphandle kwakho?
Jes' uyanginakekela! (Uyanginakekela) ngiyabonga Jesu (Simakade)

Ungidlulisile ezimpini (wangithwes' amandla wokunqoba)
(Ngiyombonga ngani?) Yebo ngiyombonga ngani na?
Kukhulu akwenzile (kukhulu akwenzile)
UJes' ungidlulisile e- Ezimpini (wangithwes' amandla wokunqoba)
(Ngiyombonga ngani?) Yebo ngiyombonga ngani na? maye
Hhaybo kukhulu (kukhulu akwenzile)

Yebo ngiyabonga (ngiyabonga) ukugcinwa (ukugcinwa)
Esandleni (esandleni sakhe)
Ngabengikuphi? Ngabengikuphi? (Ngabengikuphi ngaphandle kwakho?
Ngabe ngaz'fel' endleleni (uyanginakekela)
Kodwa yena wangithwala (Simakade)

Ngiyabonga (ngiyabonga) ngiyabonga (ukugcinwa)
Nginobufakazi (esandleni sakho) ngigciniwe sandleni
Ngiyombonga ngani na? (Ngabengikuphi ngaphandle kwakho?
Jesu (Uyanginakekela) uyanginakekela (Simakade)

Yebo ngiyabonga (ngiyabonga) ngiyabonga (ukugcinwa)
(Kungamandla) kungamandla (esphambanweni)
Jesu ngiyabonga! (Ngiyabonga) ngiyabonga (ukugcinwa)
(Kungamandla wesphambano) (kungamandla esphambanweni)

Wangqob' ithuna yena! (Ngiyabonga) kuze ngibe nokuphila (ukugcinwa)
Okuphakade (kungamandla) ngiyabonga (esphambanweni)
Ngiphunyukile ogibeni lwabo (ngiyabonga) kuphi yebo (ukugcinwa)
(Kungamandla) kungamandla (wesphambanweno)



Credits
Writer(s): Siyanqoba Mthethwa, Lindelani Mkhize, Mnqobi Nxumalo, Thobeka Ramaloko
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link