Ziwa Ngale (feat. DJ Tira, Young Stunna, Dladla Mshunqisi, Felo Le Tee, Beast & Dj Exit_sa)

Ivule kancane (aybo, weh!)
Uy'tobetse
Ekse, uchomel' amaChina ngokarati la
Spin kick, get down
Kancane nje (ekse, uchomel' amaChina ngokarati)
Spin kick, get down
Mthatheni
Sofika kanjani nathi kungemnaka?

Khon' int' engale, khon' int' engale
Khon' int' engale, khon' int' engale
Khon' int' engale, khon' int' engale
Khon' int' engale, khon' int' engale

'Malume ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)
UKabza ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)

Mthatheni (sofika kanjani nathi kungemnaka?)

'Malume ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)
UKabza ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)
UBeast ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)

Amany' amathini ke lawa
Asambe, asambe
(Ziwa ngale) okay

Bazwa ngomsindo mangiza neskwadi, eh
Angithi legenge yaseDubane?
'Vele kwashisa, ngathi kuneBig Nuz, ya
Uze ngemshini onga-swipe

Asimthembi
Engath' ubheke neyntomb' zethu
Haybo, ayi, asimthembi
Ngath' uzobala nemali yethu, angasmeli
Otherwise umkiph' int', ziyawa la
Nabomalume, s'hamba ksasa
Eyamaqipitsi i-vibe, i-style
Eh, ngithi uze ngemishini onga-swipe

Asimthembi
Ngath' uzomosha nomncimb' weth'
Haybo, ay, asimthembi
Ngath' uzobala nemali yethu, angasmeli

Sek'moshakele, vele kubhed' uhlelo, ziyashuba
Ivule kancane (aybo weh!)
Uy'tobetse

Abantwana bay'funel' amancamnce
Bay'funel' amaswid' amnand'
Abantwana bay'phuzel' ama-champagne
Abanye bafun' ama-six nama-ice
Yebo ke, banikeni
Yebo ke, asphilen'

Abantwana bay'funel' amancamnce
Bay'funel' amaswid' amnand'
Abantwana bay'phuzel' ama-champagne
Abanye bafun' ama-six nama-ice
Yebo ke, banikeni
Yebo ke, asphilen'
(Gqobhoza lento)

Sispend' imali yeskhashana
UMashonis' uzosthinta, kumele syobadala, eish
Amabhodlel' ungawabiz', u-barman umngan' wami
K'khalesami la
Ekse, s'hamba ksasa

Syagcobhoza, asambe ke
Sofika kanjani nathi kungemnaka?

Khon' int' engale, khon' int' engale
Khon' int' engale, khon' int' engale
Khon' int' engale, khon' int' engale
Khon' int' engale, khon' int' engale

'Malume ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)
UKabza ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)
UBeast ukhulumile wathi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale (ziwa ngale)
Aw' nami, ng'yakhula ngithi, khon' int' engale
Kanti ziwa ngale (ziwa ngale)
Ziwa ngale



Credits
Writer(s): Mthokozi Khathi, Kabelo Motha, Malusi Ndlovu, Ntando Mduduzi Mathonsi, Sandile Fortune Msimango, Tsholofelo Mkhine, Dladla Mshunqisi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link