Umuzi Wethu (feat. Madumane)

Phela sinomuzi wethu
Ai umuzi wenu
Phela wena malume wen'umuntu wethu ai, ai
Uyigazi lethu
Phela sinomuzi wethu
Ai umuzi wenu
Phela wena malume wen'umuntu wethu ai, ai
Uyigazi lethu

Sale muva, sale muva
Sale muva, sale muva, sale muva
Sale muva, sale muva
Sale muva, sale muva, sale muva

Ai umuntu wethu
Ai umuzi wenu
Phela wena malume wen'umuntu wethu ai ai
Uyigazi lethu

Inkinga yakho wena malume musudakiwe ufunukulwa
Ukhuzwe i2k umdal'ungaka lithi malume awufuni unekukhula
Inkinga yakho wena malume musudakiwe ufunukulwa
Ukhuzwe i2k umdal'ungaka lithi malume awufuni unekukhula
Oh, ai uchildish, malume awufunekukhula
Oh, ai uchildish, malume awufunekukhula

Mshan'akhuze ulume
Mshan'akhuze ulume
Mshan'akhuze ulume
Mshan'akhuze ulume

Qoqo, malume ngicel'uvule
Ah, ungakhali sponono mina ngizowina ilotto
Oh qoqo, malume ngicel'uvule
Ah, ungakhali sponono mina ngizowina ilotto

Malume ngicel'uvule
Abomakhelwane bayangipopola
Ungakulinge ujabulis'izitha zakho wena ngoba akekhovumil'
Angeke balunge noma bekhuluma
Bakhulum'itotoni
Ungakulinge ujabulis'izitha zakho wena ngoba akekhovumil'

Noma kwenyuka noma kwehlela ungafi sbali
Ngob'amasango ayoze avule
Phela wena malume umuntu wethu ai, ai
Uyigazi lethu

Oh qoqo, malume ngicel'uvule
Ah, ungakhali sponono mina ngizowina ilotto
Oh qoqo, malume ngicel'uvule
Ah, ungakhali sponono mina ngizowina ilotto

Uma ngiyolobola kumele ubekhona
Kodwa zibheke unjani ai ngeke bavume
Uma ngiyolobola kumele ubekhona
Kodwa zibheke unjani ai ngeke bavume
Uma ngiyolobola kumele ubekhona
Kodwa ai ngeke bavume
Uma ngiyolobola kumele ubekhona malume
Kodwa ai ngeke bavume (qoqo)



Credits
Writer(s): Themba Sekowe, Lindokuhle Mgedezi, Mbusi Caven Mzindle
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link