Voicemail

Angik'thol' efonini (Nkabi Records) ay, ye

Bengithi ng'ya fona, dali (ah, ye, wo) (aw'tholakali ma)
Umlungu wath' aw'tholakali, dali (ikhal' epalini ma)
Bengithi ng'ya fona, dali (ah, ye, wo) (ah, ye, wo ma)
Umlungu wath' aw'tholakali, dali (ikhal' epalini ma)

Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi dali)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi ma)

Ikhal' epalini, dali wami i-voicemail
Uban' lomlungu ophendulayo, my baby?
Indaba yakh' yok'hamb' ebsuku ngay'mela
Ng'cela indlela, mangab' ithando lwami awuneli, yelele mama
Mangabe lento yakh' ayipheli, ah, ye, hayi

Sthandwa sam', dali wami, ng'lala ngalele
Singene court, thetha amacala noma ngamele
Ngik'jabulise, mangab' awunami ng'cono ungitshele
Ma-takeaway, nank' amabhodw' ekhay', awupheki

Bengithi ng'ya fona, dali (ah, ye, wo)
Umlungu wath' aw'tholakali dali (ikhal' palini ma)

Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi dali)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi ma)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi dali)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi ma)

Ng'yazi ukuthi u-busy mhlambe dali wame
Kodwa dali bamb' ifoni
Mhlambe i-network ayikho dali
Or maybe uzong'shaya ngey'tori

Dali soze ngithand' omunye umuntu phela dali ngoba 'suka kude
Kodwa bamb' ifoni dali ngoba phela mina ngik'khumbule
Kuloko ngizama nje, ngisabathe ng'yafon' angik'tholi
Wena awusabambi, usiyi-superstar, uyi-ghost(i) ma

Bengithi ng'ya fona dali (aw'tholakali ma)
Umlungu wath' aw'tholakali dali (ikhal' epalini ma)
Bengithi ng'ya fona dali (ah, ye, wo)
Umlungu wath' aw'tholakali dali (ikhal' epalini ma)

Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi dali)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi ma)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi dali)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi ma)

Weh lovey
Ngifun' ukhumbul' ukuthi mina nawe dali safunga phamb' kwe-altar
Ukuthi okwam' owakho, okwakho okwam'
Wena uyis'thandwa sami, noma ng'bheda sometimes
Noma ngibheda usangithanda
Nasembhedeni uyangilapha dali

Bengithi ng'ya fona dali (aw'tholakali ma)
Umlungu wath' aw'tholakali dali (ikhal' epalini ma)
Bengithi ng'ya fona dali (ah, ye, wo)
Umlungu wath' aw'tholakali dali (ikhal' epalini ma)

Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi dali)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi ma)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi dali)
Seng'zokhuluma no-voicemail (angik'tholi ma)

Credits
Writer(s): Edward Gobizembe, Lwandile Mtshali, Mduduzi Ncube, Siyabonga Nene, Siyabonga Ntuli, Siyanbonga Nene, Xolani Shabalala
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link