Yimi

Ngob' uthandwa yimi, ngoba yimi
Ngob' uthandwa yimi (yekel' ukudlala kancane)
Ngoba yimi

Angikuqambel' amanga angilal' ebusuku ngicabanga ngawe (mm)
Ngob' is'fiso sami ukuleth' inkomo kini seziphelele
Ungang'phikisi, ungang'phikisi
Sizothandana kuze kube phakade
Ungang'phikisi sizothandana kuze kube phakade

Ngob' uthandwa yimi, awu ngoba yimi
Ngob' uthandwa yimi (yekel' ukudlala kancane)
Ngoba yimi
Ngoba' uthandwa yimi (yekel' ukudlala kancane)
Ngoba yimi
Ngob' uthandwa yimi (yekel' ukudlala kancane)
Ngoba yimi

Ngob' injabulo yami (itholakala kuwe)
Inhliziyo yami (itholakala kuwe)
Awu injabulo yami (itholakala kuwe)
Inhliziyo yami (itholakala kuwe)
Ngoba mina nawe sofa s'lahlane
Ngoba mina nawe sofa s'lahlane

Ngob' uthandwa yimi (yekel' ukudlala kancane)
Awu ngoba yimi
Ngob' uthandwa yimi (yekel' ukudlala kancane)
Awu ngoba yimi
Ngob' inhliziyo yami (itholakala kuwe)
Yon' injabulo yami (itholakala kuwe)
Ngish' injabulo yami (itholakala kuwe)
Ngish' injabulo yami (itholakala kuwe)

Awu ngob' uthandwa yimi (yekel' ukuhlala kancane)
Ngoba yimi
Ngob' uthandwa yimi (yekel' ukuhlala kancane)
Ngoba yimi

Yekel' ukudlala kancane



Credits
Writer(s): Musa Sukwene, Phelela Mathonsi, Tabure Thabo Bogopa, Tshupo Benjamin Khutsoane
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link