Thy Will (Intando Yakho)

Thy Will (Intando Yakho)
Maye (maye, maye)
Maye (maye, maye)
Noma kungabukeka
Sengathi ngina makhanda
Amathathu, Intando yakho
Mayenzeke, noma Bengahleka
Uzulu bethi angisile Ekhanda
Intando Yakho, Mayenzeke

Noma ngihamba ngedwa
Kule Ndlela ende Siyobekezela
Intando yakho-oo
Mayenzeke
Lokhu okufunwa nguwe
Lokhu okuthandwa nguwe
Okwenziwa nguwe
Kuhamba phambili
Makwenzeke
Lokhu okufunwa nguwe
Lokhu okuthandwa nguwe
Okwenziwa nguwe Kuhamba phambili
Wooo-ooo, Makwenzeke
Nguwe futhi ophethe zonke
Izikhiye zezulu nomhlaba
Intando yakhoo-oo Mayenzeke
Ngabe ukhona yini Ongaphikisana
Nok'khuluma kwakho
Intando yakhoo-oo Mayenzeke

Futhi igama lakho Unguthembekile
Manje inkinga ikuphi na
Intando yakhoo-oo Mayenzeke
Lokhu okufunwa nguwe
Lokhu okuthandwa nguwe
Okwenziwa nguwe
Kuhamba Phambili(phambili)
Makwenzeke
Lokhu okufunwa nguwe
Lokhu okuthandwa nguwe
Okwenziwa nguwe
Kuhamba Phambili(phambili)
Woooo-ooo

Noma k'khona Abangangifuni
Ngibathanda bonke
Ang'nankinga nabo
Nabo ababusiswe Makwenzeke
Noma k'khona Abangangifuni
Ngibathanda bonke
Ang'nankinga nabo
Nabo ababusiswe (yiiii-iii)
Makwenzeke

Maye, ma-ma- maye
Mayee-eee
Maye, ma-ma-maye Mayeee-ee



Credits
Writer(s): Portia Ndlovu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link