From the Heart to the City Intro (feat. Imbongi Yomzulu & MveloDaPianist)

Ningethuki ke mabenidlela umona
Ngoba vele abanye uyabaphilisa
Bheka namhlanje nikuphi kodwa abanye babeniphikisa
Ningalunaki ke uzalo lohleli lunaba Farisi
Aban'zonda benihlekisa
Befisa nibe zinhlekisa
Nibonge ubaba wenu mayeshisa impepho emsamo ngoba namhlanje idlozi liyakhanyisa
ASANDA ngale nkondlo izitha ngizozithobisa
Kudala niwa nivuka
Ngamadolo niguqa
Umusa WANDISWA
Umdali ubengubani ke ukunilahla
Ngoba nasentendeni yesandla sakhe n'yanela
Madlokovu Ntusi, Ntusi Yenkomo
Sabel' uyabizwa enkonjeni



Credits
Writer(s): Malz Fam Wrldwide Ngema
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link