Utata

Eh ah ahaaa
Ahhh
Eh ha eh ha ehyahaaa

Ku be ukhona u be ukhona
Ta ta ta ta

Utata wahamba
Washiya no mama
Wathi uzobuya
Azange ubuye
Sa sala s'hlupheka
Silwela isinkwa
Impilo indzima sidoba
Emdustbin
Sihambe s'kolweni ngezicathulo zokuboboka
Abanye a ba ntwana ba hlekisa ngathi
Wena o busy nabafazi ngaphandle
Une sbindi ndoda ndini
Tatahhh

U tata u tata
Ey ah ey ah
Ah

Uyazi tata
Kubhlungu kanjani kukhula ungekho
Kube ngathi ushonile
Kube uyaphila
Was'lethela usizi olongaka
Intlungu ezingaka
Sihabantwana aba ncane
Besikuhoneleni
Okungakangaka
Abanye abobaba maba lethela
Abantwana babo izinto
Thina be sehlala sikhamisile
Isikhathi sonke
Beusilethelani emhlabeni
Ungazi kuthi uzosinikani
Sicolele masikuhonele

Eh ah ahhhh
Ey ah ey ah
Ah ah ah



Credits
Writer(s): Engeline Sithole
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link