Z'YABUKWA

Ayi z'yabukwa mfanakithi ayi z'yabukwa
Ayi z'yabukwa mfanakithi ayi z'yabukwa
Faka izaza faka izaza ayi z'yabukwa
Faka izaza faka izaza ayi z'yabukwa
Ayi z'yabukwa

Z'yapapruka ayi z'yabuya
Z'yagijima z'yajuluka
Z'yaphithiza ayi z'yadlula
Z'yaphafuza eziye z'yab'khuhla
Nazi ney'ngane z'yadura
Zimbeqolo z'yakhuthuza
Hold your horses mfanakithi
Faka izaza uAnalyze
Stay focus ungalahli isight
Ngathola istina ekhanda
Ubusy unkunkana notshwala
Don't drink to impress
Shaya esakho istyle uphole
While you Enjoy the Flex
Ushaye ingudu ushaye ibang, bang
Ibang yangempela

Ayi z'yabukwa mfanakithi ayi z'yabukwa
Ayi z'yabukwa mfanakithi ayi z'yabukwa
Faka izaza faka izaza ayi z'yabukwa
Faka izaza faka izaza ayi z'yabukwa
Ayi z'yabukwa

Isignal lokh' ishayiwe
Eye contact lokh' iqhumile
Ayi nezam san ziGymile
Nedrip ilokhiconsile
Random search behind the lens
Nezaza mfana k'hlonyiwe
Ayi z'yabukwa mfanakithi
Ayi z'yabuya mfanakith
Bayeke ungabakhuzi san
You got to make a move now
Ey san Khuluma nabo
Awboni usekvezela ithanga
Ay'suk'shiyeka ntanga
Aw'shaye kancane istiff uqaqe
Ukhohlw' kancane uQueen san
Sith uk'gil' imgilingwane

Ayi z'yabukwa mfanakithi ayi z'yabukwa
Ayi z'yabukwa mfanakithi ayi z'yabukwa
Faka izaza faka izaza ayi z'yabukwa
Faka izaza faka izaza ayi z'yabukwa
Ayi z'yabukwa



Credits
Writer(s): Nkanyiso Theophilus Mbeka, T2 Nator
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link