Aziwe Phela (feat. Nomndayi)

Grip
Ah ooh
Ay
Shono wethu
Shono wethu
Shono wethu
Ah ooh
Asambe shono
En es tee
Ngkhuphuka ngyosebenz eGoli
Ngfun ukvusa umuzi kababa
Nemali ngzoybeka ngayholi
Ngyoyqaqa emagcekeni asekhaya
Lapho kyokhala ongaboni
Bosala beshaw amahloni
Ngyotheleka kchithek icethe
18 emoyeni beke le beke
Sofika kophakam iFlag
Kyobe ksindwa ngobethole nginphethe
Akekho okhuz omunye phuz ukhuze mina
Ngphuze wena bushe int ende
Kant eGoli ngempela kunjan
Impil iyashesha kumnandi
Nom ungbona benghlos ukuyphatha kahle
Kodwa manje ngzoniswenkel ibhadi
Ngyodilik estobhini kbemanzi
Ngob iDrip yam iconsa kamnandi
Kvele kube mnandi skhiph amaCooler
Sdedel iNumber kyolamul ilanga
Kvele kushe inyama sdobh iqatha sehlise mawplug uzoybonela
Noma ungenamali ngen ubambel ongekho
Next time uzosbhokl ungasabi
Aish
Shono
Shono
Aish
Shooono
Ay isukile manje bafana
Mizi yobaba islindile
Shi
Aw shono

Sofika sesiholile thina solal endaweni
Sofika namabhodlela solal endaweni
Sofika sesipheth ingane
Sofika sespheth imali aziwe phela
Sofika sesiholile thina solal endaweni
Sofika namabhodlela solal endaweni
Sofika sesipheth ingane
Sofika sespheth imali aziwe phela

Ngifun ukuthi mangifika
Kjabule kwasani isimo syoshintsha
Phela ijongo lisebenzile unyaka wonke ngyoshay isphihli
Ngyadilika ngyekhaya syobusa
Kodwa iAfter party isemashebeen
Ngyofika neyngane ezohlobo lesmanje lez ezifaka amabikini
Ngyoth sengehl estobhini ngfuna kbonakale kube manzi phansi
Kwazise nensizw iholile imali ikhona
Nazi neyngane ykhona la
Syobuhlaba syobuhlehlisa koze kus emnyango
Kyoze kulamal ukvala
AngSwipe ngaCard yonk into ihamba ngePlan uCash ngesandla

Sofika sesiholile thina solal endaweni
Sofika namabhodlela solal endaweni
Sofika sesipheth ingane
Sofika sespheth imali aziwe phela
Sofika sesiholile thina solal endaweni
Sofika namabhodlela solal endaweni
Sofika sesipheth ingane
Sofika sespheth imali aziwe phela

Sofika sesiholile thina solal endaweni
Sofika namabhodlela solal endaweni
Sofika sesipheth ingane
Sofika sespheth imali aziwe phela
Sofika sesiholile thina solal endaweni
Sofika namabhodlela solal endaweni
Sofika sesipheth ingane
Sofika sespheth imali aziwe phela



Credits
Writer(s): Siyanda Ndlovu
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link