Ang`Sakhoni

Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Ayi angisakhoni ng'tshele ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
And angisakhoni kanti ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Ayi angisakhoni ng'tshele ngenzeni?
Yazi intecikayo umfazi uyehlula mesejola
Ufuna k'bonakale ngamaphutha awenza endlini
Awuygqizi qakala Injabulo yethu layndli
Nini usuzongtshela manje ukuthi ang'sakhini uk'kwenza
K'lamaviki usunenkinga yok'buya usukhathele
Ulale ungzibe ungangnaki ngisho noma sengikncenga,
Awusasho nokuthi bbe usuvele Ungbize uThemba
I hope uyabona lentozakho zyalqeda ithemba
Sengvele ngithehtiswe noma kfanele ng'boniswe
Ang'sak understandi sisi usufuna ngiksabe?
Or usufuna ngik' treat njengomzali umawami?
Phela ng'didekile manje fanele ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Ayi angisakhoni kanti ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Thando alsafani ng'tshele ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Ayi angisakhoni kanti ngenzeni?
Lowo umbuzo engiwbhekise kwena ngicela ungphendule
Aksizi uk'lokhu uvuka ngolaka ng'funa iympendulo
Are we still in this mission or sengsele ngedwa
Ngcela ungbeke nje esthombeni ngalokhu ngihlanya ngedwa
And into engdina kakhulu yile yokbukisa ngami
Kanti inkinga ikephi wesisi gangithi ugcwele ngami
Yazi wonkumntu la ngaphandle usengbona ngiyi snayi
Bantu bakbhekile phandle wenzinto ezi snacks
Sometimes ngize ngiy'tshele ukuthi inkinga ik'mina
Wenze lento odume ngazo uphinde usole mina
Ngizwe ngathi umhlaba usungijikele nakhu l'shonemini
Phela ng'didekile manje fanele ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Ayi angisakhoni kanti ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Thando alsafani ng'tshele ngenzeni?
Uthando selshintshile aksafani nayzolo
Ngihlale ngincikiselwa njengendoda eshay' udaka
Ayi angisakhoni kanti ngenzeni?



Credits
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link