Valelise

Ngith' akulula ukuthi ngivalelise ngivalelise
Mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni
Ngith' akulula ukuthi ngivalelise ngivalelise
Mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami

Ubuthongo abufiki mangikhuluma nawe,
Ngabe kusa nini ngibonane nawe
Ng'kwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo
Wooh!
Maye ngephimbo lakho boh maye
Lenza kuvuke nezinto ey'lele kanti wenza ngani?
Angikaze ngithande umuntu kanje, makuphel'hour singakhulumanga
Ngivele ngizwe ngathi ngzosangana kant'uthando olunjani lolu?
What kind of love is this?

Ubuthongo abufiki mangikhuluma nawe
Ngabe kusa nini ngbonane nawe
Ngkwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo
Wooh!

Ngthakulul'ukuthi ngivalelise ngivalelise
mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni
Ngith' akulula ukuthi ngivalelise ngivalelise
Mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami

Ubuhle bakho abufaniswe nalutho,
Kubical'ukuba muhle ngabe sowufile yinhlawulo
Ngab'awukho, ngabe kuphelile ngawe ngab' ugcwel' emajele
Muhl'ehleka, muhl'ekhala, muhl'ehleli
Muhl'ehamba, muhl'eyithulele angashongo lutho
Mawumamatheka yilapho engibona khona ukuthi idlozi lingigidele mama!

Thank You Lord you've been good to me
Nginikez' ingelosi emhlabeni
Zangu linde ngize ngihambe emhlabeni
Akukho ukunye engingakubonga ngakho
Thath' inhliziyo yami

Ubuthongo abufiki mangikhuluma nawe
Ngabe kusa nini ngibonane nawe
Ng'kwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo
Wooh!

Ngthakulul'ukuthi ngivalelise givalelise
mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni
Ngith' akulula ukuthi ngivalelise ngivalelise
mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni sthandwa sami
Sami



Credits
Writer(s): Jabulani Sihle Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Mfanafuthi Ruff Nkosi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link