Akathintwa

Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta
Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta

Ngiyalizwa izwi lakho
Ngiyawesab' amandla akho
Liyankenteza ihubo lakho
Ngiyalwesab' ulaka lwakho

Awu yebo noma kunjal' uyangibekezelela
Yebo noma kunjal' uyanginakekela
Awu yebo noma kunjal' uyangibekezelela
Yebo noma kunjal' uyanginakekela

Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta
Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta

Awu ngithi ngenzokuhle
Ngizithole ngenzokubi
Ngithi ngiyaziqoqa,kuth' ubub' ukuphi
Uthando lwakho lude,lumile aluhluphi
Ngifis' ukuziphatha kahle
Ngizilonde ngingahluphi

Yebo noma kunjal' Uyangibekezelela
Yebo noma kunjal' uyanginakekela
Yebo noma kunjal' uyangibekezelela
Yebo noma kunjal' uyanginakekela

Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta
Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta

Awu ave kulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta
Awu avekulula ukudel' omuny' umuntu
Kodwa mayesibekelwe,awusoze wamthinta



Credits
Writer(s): Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link