Amalobolo (feat. Dark vader & Blvck Mavi)

Sikhulekile lapha ekhaya
Sekusho omalome belethe iynkomo zakho
Namuhla yi lolusuku ngikwenza owami
ingoduso yamie umah wezi ngane zami

Usasi khumbula leso sithembiso
Ngithi ngizokshada my love
Ngikunika yonke intliziyo
Mina ngizokthanda my love

Usasi khumbula leso sithembiso
Ngithi ngizokshada my love
Ngikunika yonke intliziyo
Mina ngizokthanda my love

Ngizothumela amalobolo
Ngifuna ukubona mina nawe sishadile
Angisakhoni nokuzi bamba mina
Ngizokshada dali wami ubo bekezela
Hayy ubo bekezela

Ngizothumela amalobolo
Ngifuna ukubona mina nawe sishadile
Angisakhoni nokuzi bamba mina
Ngizokshada dali wami ubo bekezela
Hayy ubo bekezela

Ngisakhumbula mina nawe sisebancane
Utatazela njalo mawuse duze kwami
Iminyaka isi hambile sesikhulile
Ngicela dali ukuthi si feze iphupho lami

Kade besho ukuthi angina lutho
Kodwa uthando luyosfeza isithembiso
Ngicela uthathe isandla sami
Sijike emazweni
Aslong u and me are together mina ngi happy

Ngizothumela amalobolo
Ngifuna ukubona mina nawe sishadile
Angisakhoni nokuzi bamba mina
Ngizokshada dali wami ubo bekezela
Hayy ubo bekezela

Ngizothumela amalobolo
Ngifuna ukubona mina nawe sishadile
Angisakhoni nokuzi bamba mina
Ngizokshada dali wami ubo bekezela
Hayy ubo bekezela

Mma wey ngane zami
Mina ngiyazi fela ngawe
Uthando olungaka sthandwa sami
Mina ngigcwele ngawe
Inhliziyo inonophele
Ijabulile

Ngiyazi qhenya ngawe
Ne mpilo angiyiboni ngaphandle kwakho
Uyangijabulisa lovie wami

Uyaskhumbula lesthembiso
Ngathi ngizokshada mina
Ngizoba thumela nomalume
Nama lobolo akho
Ngiyakuthembisa sthandwa sami
Ngizokuthanda mina
Lolu usuku olukhulu lwama lobolo

Ngizothumela amalobolo
Ngifuna ukubona mina nawe sishadile
Angisakhoni nokuzi bamba mina
Ngizokshada dali wami ubo bekezela
Hayy ubo bekezela

Ngizothumela amalobolo
Ngifuna ukubona mina nawe sishadile
Angisakhoni nokuzi bamba mina
Ngizokshada dali wami ubo bekezela
Hayy ubo bekezela.

END...



Credits
Writer(s): Bhekumuzi Lubisi
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link