Ngafa
Ngafa
Ngafelu bala
Oh yini, Engabeyini
Ngafa
Oh Ngafelu bala
Oh yini, Engabeyini
Bayangitshela lapho engihamba khona
Bathi kimi, izintombi zami
Ngafa
Ngafelu bala
Oh yini, Engabeyini
Ngafa
Oh Ngafelu bala
Oh yini, Engabeyini
Bayangitshela lapho engihamba khona
Bathi kimi, izintombi zami
Umangingena esibhedlela mina, ngoyifuna usizo lwempilo yam
Bafike bathi baba hamba awunalutho
Umangingene entholampilo mina,
Ngiyofun isizo lwempilo yam
Bafike bathi baba hamba awunalutho
Aaaawu ngomoya wami,
Aaaawu ngempilo yami
Aw'ngitshele Nobuhle wami,
Wena ngangthandana nawe wangibanqca nabangani bami
Aw'ngtshela
Aw'ngitshele Nomusa wami,
Wena nganthandana nawe wangibanqca nabangani bami
Ngithi Aw'ngtshela (Babe ba thatu)
Kwakungamele ukuthi ningi banqce nabantu abaningi
Ngobanani niyazi kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa oh
Kwakungamele ukuthi ningi banqce nabantu abaningi
Ngobanani niyazi kulomhlaba kunezifo
Kwakumele nithande mina ngedwa, ngedwa
Aw'ngitshele Sindisiwe wami,
Wena ngoba ngihlala nawe endlini bangakhe nah, ongibanqce nabo?
Dhali wami, ngicela ukukhuluma iqiniso kuwe dhali x 2
Baningi, ngeke ngeke ngibaqedhe x 2
Dhali wami, ngicela ukukhuluma iqiniso kuwe dhali
Aaaaaaah imihlola yini, yimihlola yami yini wangindisiyini
Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka)
Wangibulala sthandwa wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka)
Wangibulala Nomusa wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka)
Wangibulala Sindisiwe wami kanti unjani (ngikuthembe kangaka)
Ngikuthemebe kangaka, kanti unesandla endlini yami
Aaaaaah imihlola yini, yimihlola yami yini wangindisiyini

Credits
Writer(s): Shwi Nomtekhala
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Other Album Tracks
© 2024 All rights reserved. Rockol.com S.r.l. Website image policy
Rockol
- Rockol only uses images and photos made available for promotional purposes (“for press use”) by record companies, artist managements and p.r. agencies.
- Said images are used to exert a right to report and a finality of the criticism, in a degraded mode compliant to copyright laws, and exclusively inclosed in our own informative content.
- Only non-exclusive images addressed to newspaper use and, in general, copyright-free are accepted.
- Live photos are published when licensed by photographers whose copyright is quoted.
- Rockol is available to pay the right holder a fair fee should a published image’s author be unknown at the time of publishing.
Feedback
Please immediately report the presence of images possibly not compliant with the above cases so as to quickly verify an improper use: where confirmed, we would immediately proceed to their removal.