Insimbi edlezinye

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Khuzeka wejongo

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Uzolimala wemfana

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Uzoyfaka enkingeni wensizwa

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Zyakhala manje

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Zyatetema manje
Zyalila manje

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Zyakhala manje
Zyatetema manje
Zyalila manje

Mina ngiyinsimbedlezinye
Mina ngiyinsimbi kayigobi

Mina ngiyinsimbedlezinye
Ngiyinsimbi kayigobi

Mina ngiyinsimbedlezinye
Mina ngiyinsimbi kayigobi

Ayingangawe lempi
Awdede wevaka
Awnawo amandla okulwa nami
Awnawo amandla okulwa nami

Ayingangawe lempi
Awdede wevaka
Awnawo amandla okulwa nami
Awnawo amandla okulwa nami

Mina ngiyinsimbedlezinye
Mina ngiyinsimbi kayigobi

Mina ngiyinsimbedlezinye
Mina ngiyinsimbi kayigobi

Amen halleluya ngithi shwele nkosiyami shembe isiqalile iyagqilaza ke lento qhu zasha bhasobha lapho wethu
Ngicindezela kanjena ke bafana bami kulo nyaka
Lasha ipotloza kwagcwala amanzi emadolweni evaka kwazise sekuvutha Lona lelo langabi lomlilo elishisa lingabaselwe inceku yamabhinca insizwa enenkosi phakathi ihheee wemadoda
Ngithi yimi ugqashuka bemphethe isdlubula dlwedlwe esihluba udlubu ekhasini sadla sabekinsakula emadolweni udlothovu akabhekeki owathi uyadla wabhamuka amehlo u thucenti wama wamasheleni obukisimo esibhekisisa inceku kamruti watsotsi evika ngezwi lenkosi abanye bevika ngehawu insizwa ecashe ngebhayibheli
Makholwa amen ihhe kwathi angithandaze ngikhuleke madoda syathethi sthunywa
Ksewuye umakitaza intambo kujabule lonke elika mthaniya kulonyaka angithelekanga ngigalelekile ngiloku nginiphusha ngawo loshuni wenkani niyoze nithi tshilo sesivuthiwe

Angihambi ngedwa ke bafana bami ngithi ngiyigxoba no gabhadiya abanye bethi ibhinca lestayela ngiphinde ngicindezele ngayo leyo ndoda u simphiwe abanye bethi ubiyela oneyntozakhe bese ngiyivala ngayo leyo nkunzi unjiniyela abayibiza ngo duddy futhi iyacofa iyacindezela eynkinobheni
Awsukanini madoda hhaw hhaw hhaw Ashila demed kwamnandi sesgoduka

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Khuzeka wejongo

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Uzolimala wemfana

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Uzoyfaka enkingeni wensizwa

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami

Mina ngiyinkunzi mbhem
Mina ngiyiqhawe lova
Uyiqhathanisi nami



Credits
Writer(s): Sicelokuhle Thusini
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link